Amaphoyisa amabili aseGauteng athweswe icala lokuthumba kanye nokwehlula abaphathi bezobulungiswa adedelwe yinkantolo yeMantshi yaseKhutsong ngebheyili ka-R5 000...
IBUNDA IZINDABA
IDolobha laseKapa selixwayise ngokuthi kuzoba nesiminyaminya esikhulu ezinsukwini ezintathu ezizayo ngenxa yemikhumbi efikayo, okuhlanganisa nenye yemikhumbi emikhulukazi...
Umlawuli wezempilo eNigeria usuqoqe inqwaba yomuthi wokukhwehlela wezingane okhiqizwa inkampani uJohnson & Johnson ngemuva kokuthola izinga eliphezulu...
Ecaleni elinyantisayo nelethusa umphakathi, uChris Mthethwa, 30, ubhekene necala lokudlwengula nokubulala umzala wakhe, 17, u-Owami Visagie. Lesi...
Owayengenele isikhundla sokuba yiMeya yaseGoli uLufuno Gogoro uphoqeleke ukuthi axolise ngemuva kokuthi ebambe umbhobho kumculi ngesikhathi eqala...
Ezintatha zangoLwesine, isakhamuzi sasoThongathi Kwazulu Natal sithathe izinyathelo zokuvikela impahla yaso kubahlaseli. Ngokwemibiko isakhamuzi sidubule isigebengu ebesizama...
U-OJ Simpson, iqhawe lebhola likanobhutshuzwayo eliwile elatholwa enecala lokubulala ‘ecaleni lekhulu leminyaka,’ ushona eneminyaka engama-76. O.J. USimpson,...
U-Ephraim Ndlovu, ongu-Warrant Officer oneminyaka engu-54 ubudala osebenzela e-JHB Central SAPS, uboshwe kanye nesizalwane saseMozambique, u-Isabe Jamise...
Owayengumdlali weGenerations’ ophinde abe ngumbhali wemidlalo yeshashalazi uSello Maake kaNcube nowakwakhe baphikisa amhlebezi asanda kuvela okuthi bayehlukanisa....
I-AFU imise i-akhawunti yemali engaphezu kuka-R4.3 million emkhankasweni wokubheka ukusebenza kwePiggy Farm. I-Asset Forfeiture Unit (AFU) yathola...
