OKlebe nonogada baseBorder babophe abasolwa ababili abebezama ukushushumbisa amalambu antshontshiwe enani lika-R1.8m bewangenisa eMozambique. Onogada baseBorder ababesebenza...
Sidlabezi Gumede
IMamelodi Sundowns izobe imamatheka yonke indlela ibheke ebhange ngemuva kokunqoba i-Africa Cup of Nations yokuqala ngeSonto ntambama....
UNGQONGQOSHE wezeMfundo ePhakeme, uDkt. Blade Nzimande, unxusa bonke abafundi abafanelekile abahlose ukuqhubeka nemfundo ephakeme nokuqeqeshwa emanyuvesi nasemakolishi...
Uhulumeni wesifundazwe saKwaZulu-Natal uvakashele imijondolo yaseClairwood, eThekwini, lapho kucekelwe khona imizi engaphezu kuka-200 ngemuva kokuqubuka komlilo ngoLwesihlanu....
Oklebe babambe umsolwa osolwa ngokudayisa izidakamizwa, emva kokuthi kutholakale nezidakamizwa zenani lika-R2.7 Million ku-N2 ngaseStrand ngesikhathi elibangise...
Iqembu lamakhansela e-IFP kamasipala waseMvoti axoshwa ezinyangeni ezimbalwa ezedlule manje selibuyele ngokugcwele emsebenzini. Lokhu kungemuva kokuthi iNkantolo...
I-ActionSA iqoke uMnuz Zwakele Mncwango njengozoba nguNdunankulu eKZN. Njengamanje uMncwango uyikhansela lale nhlangano eThekwini. Ube nesandla ekuvezeni...
Umsolwa osanda kugwaza, wabulala, wavula isisu somsebenzi wasemayini namuhla uvele enkantolo. Ube esethatha i-selfie yakhe nesidumbu amathumbu...
Lo mgubho wakamuva lapho kuqhunyiswa khona izibhamu wenzeke eMkhambathini ngaseMgungundlovu, eKZN. Kukholakala ukuthi omunye wamadoda lapha ubegubha...
UVusumuzi Kanu Vilakazi uvuke ku-Richard Bay FC ngemuva kokusula kwi-Chippa United njengenhloko yabaqeqeshi ngolwesihlanu. Lomqeqeshi umenyezelwe izolo...
