
IMamelodi Sundowns izobe imamatheka yonke indlela ibheke ebhange ngemuva kokunqoba i-Africa Cup of Nations yokuqala ngeSonto ntambama. Izivakashi i-Wydad ziye emlenzeni wesibili zinenebule ngo 2-1 ngemuva kokushaya amaBrazilians ngempelasonto edlule eCasablanca.
“AmaBrazilians bekumele anqobe okokuqala kwi-African Football League (AFL)” kusho umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRulani Mokwena
“Ngesizini edlule bekucaca ukuthi siyiqembu elihamba phambili kuChampions League futhi kuyihlazo ukuthi asizange sifinyelele kowamanqamu.
“Okunye, abadlali bethu basebenze kanzima, bakhombisa ukwethembeka komunye nomunye futhi bekufanele ukunqoba le ndebe,” kusho uMokwena.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
