
Undunankulu wesizwe samaZulu, uMfundisi uThulasizwe Buthelezi, uthi umsebenzi kaNkosikhona Phakelumthakathi Ndabandaba waziwa yiNgonyama njengoba yabika ngayo, futhi uyingxenye yamabutho akwaZulu aqotho eSiloni.
Ugcizelele ukuthi uNdabandaba akalwi namuntu noma athuke kodwa ufuna ukuqinisekisa ukuthi abantu baseNingizimu Afrika ngokusemthethweni.
Uthe kuyafana nakuNkk Jacinta Ngobese-Zuma, ngisho neSilo uMisuzulu wakhuluma kancane ngaye ngesikhathi evula isiShayamthetho saseKZN ekuqaleni konyaka.
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
