UMasemola usecelwe ukuthi athi gozololo ngasekhaya

Mfanafuthi Nxumalo

UKhomisana wamaphoyisa kuzwelonke uGeneral Fannie Masemola usemisiwe emsebenzini emva kokuthi ebekwe amacala.

Esikhundleni sakhe kubanjiswe uGeneral Puleng Dimpane.Isimemezelo sokumiswa kukaMasemola senziwe uMengameli uCyril Ramaphosa ngoLwesine.

Bese ziningi izinsolo ebezilenge phezu kwekhanda likaMasemola nokuholele ekutheni acelwe ukuba athi gozololo ngaszkhaya.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.