
UMengameli waseMelika uDonald Trump ukhiphe esexwayiso esishubile esibhekise kwi-Iran wathi ayivule umhhume iStrait noma ibhekane nolaka lakhe.
Lokhu kuza ngemuva kokuthi umbutho wezokuvikela e-Iran udubule imikhumbi okwamanje okungaziwa ukuthi eyakuphi eduze kwalo mhhume obalulekile emhlabeni njengoba uwoyela omningi womhlaba udlula khona.
I-Iran iphinde yavala emva kokuthi isole uTrump ngokuphula imibandela yezivumelwano.
I-Iran ithathe lesi sinyathelo emva kokuthi amasosha aseMelika esaqhubeka nokuphazamisa amachweba ayo.
UTrump uthe i-Iran ayivule uma ingafuni ukuhlangana nezimbila zithutha.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
