Seluqalile uhlelo lokwenza omazisi emabhange

Intatheli IBUNDA Izindaba |


Seluqalile ukusebenza ngokuphelele uhlelo lokwenza ama-ID emabhange. Uma ufuna ukwenza i-ID akusaphoqi ukuthi uye kwaHome Affairs uyobamba olayini abade, usungaya ebank uyoyenza khona futhi kuthatha isikhathi esincane.


Amabhange ongakwazi ukuwasebebzisa okwamanje uCapitec noStandard bank. E-Bank ufica umshini wakwaHome Affairs ucofe kuwo uzenzele wena i-ID, kuthiwa kulula kakhulu.


U-Capitec uthi kuzophela lonyaka lemishini isitholakala emagatsheni angu-300. Lemishini isiza abantu abalahlekelwe ama ID abake babanawo nabafuna ukushintsha lena endala eyibhuku babe nalena yesimanje eyi-card.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.