
Inkantolo yasePitoli isichithile owesifazane obefuna uyise wengane yakhe eneminyaka emibili ubudala akhuphule isondlo sisuka ku-R28 500 siye ku-R35 000.
Inkantolo ithe owesifazane akanabo ubulungiswa ngoba owesilisa uhola u-R81 000 ngenyanga bese ekhipha u-R25 000 wezinye izingane ezimbili.
Yize kuthiwa owesifazane ongunina uhola u-R105 000 ngenyanga, inkantolo yalichitha icala lakhe.
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
