
USillionaire odukile okwathiwa ushonile eminyakeni eyisithupha edlule, kubikwa ukuthi uhlala nenkosikazi yakhe eRussia. Usozigidi, uKarl-Erivan Haub wanyamalala ngaphansi kwezimo ezingaqondakali ezweni laseSwitzerland ngenkathi esohambweni lokuya yedwa ezintabeni.
Ngemva kokumthungatha okwathatha izinsuku eziningi, kwathiwa useshonile. Ngalesi sikhathi losozigidi wayenemali engaphezu kwamaRandi ayizigidi eziyizinkulungwane ezingu-5 (5 billion) ngaleso sikhathi, ‘washiya ngemuva’ unkosikazi, izingane ezimbili kanye nezisebenzi ezingaba ngu-75,000.
Ngemva kwayo yonke leyo minyaka, abaphenyi bathi bambone ehlala nenkosikazi encane kakhulu eMoscow
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
