
Emkhankasweni oshubile wokulwa nobugebengu esifundazweni saKwaZulu-Natal, amaphoyisa nezinhlaka zomthetho zilokhu ziqhubeke njalo nogkuqikelela ukuthi ingalo yomthetha iyaqina kulesifundazwe. Amaphoyisa aseKZN adubule abulala abasolwa abane eCator Manor, elokishini eliseduzane nadolobha laseThekwini.
Kuthe ngesikhathi amaphoyisa efika lapho kubhace khona labasolwa, ahlangabezwe kuqhuma kwezibhamu endlini ezidubula zibhekise kuwo, abe esephindisela nokugcine ngokuthi abasolwa babulawa ekuziphindiseleleni kwamaphoyisa.
Labasolwa bebefunelwa amacala okubulala kanti labasolwa badabuka eNanda, besebecashe eMkhumbane nakhona kade sebenze elinye icala lokubulala khona endaweni.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
