
Umkhandlu wase eMzinyathi uzoshintsha igama ngokusho kamhlonishwa indlondlo yentuthuko KwaZulu-Natal uPMS Ngubane. Uthi bathathe isinqumo sokushintsha igama ngoba abantu abaqondi manje njengoba izindawo zimbili ezibizwa ngoMzinyathi, Kukhona umkhandlu wase eMzinyathi eDundee kuphinde kube khona uMzinyathi oyindawo yase Ndwedwe.
Ngakho sibone kuncono ukuthi sishintshe igama loMzinyathi siqambe ukuthi yiPrince Mangosuthu District. Umbomvu uphinde wanaba kabanzi ngalomfula omkhulu KwaZulu-Natal uMzinyathi ukuthi umqoka kakhulu kubantu abakhele uMsinga, uMvoti, Nquthu, Ndumeni, Lomfula usuka Newcastle njengoba uze ufinyelele oThukela eMsinga.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
