
Umgadli we Bafana ne Orlando Pirates eVidence Makgopa akukugqizi qakala ukungathandwa ngabalandeli bebhola lase Ningizimu Africa. UMakgopa uphawule okukuqala ngabalandeli abangamthandisisi. “Mina ngeke ngaphoqa abalandeli bebhola ukuthi bangithande kodwa ngibonga umqeqeshi Hugo Brooks ngokukholelwa kimi.”
Lomdlali usanda kuvala imlomo abalandeli be Bafana Bafana ngegoli, ngesikhathi inqoba iMorocco. Lomdlali uqale wahlala isikhathi eside engadlali ku Orlando Pirates njengoba namuhla ungumsindisi kubalandeli bezimnyama njengoba eshaya amagoli amqoka. Lomgadli owagqama ku Baroka FC, usanda kunconywa ngabadlali be Mamelodi Sundowns FC ngokuyibamba kahle.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
