[BUKA] Isikole samabanga aphezulu iPhoenix, eThekwini, sigqamuka amalangabi

Kusolwa ukushiswa kwempahla njengembangela yokuthi isikole samabanga aphezulu iPhoenix, eThekwini, sigqamuka amalangabi omlilo oshise isikole ngosuku olwandulela ukuvulwa kwezikole. Lo mlilo kuthiwa ushise izingxenye ezibalulekile zesikole.

I-DA eKZN ithe ikholwa wukuthi ukushiswa kwempahla yikhona okudale lo mlilo. Lomibiko yokusha kwesikole iPhoenix Secondary, usevele kabi ngoba lokhu kwenzeka ngesikhathi abafundi belungiselela ukubuya kusasa. Izicishamlilo ziyasebenza endaweni yesigameko kodwa ibhilidi lisasha okwamanje ngoba mukhulu umonakalo futhi kusashunqa.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.