
USihlalo we Cape Town City John Comities ukhala ngomqeqeshi we Bafana Bafana Hugo Broos ngokushiya abadlali abamqoka eqenjini elizomela Ningizimu Africa emdlalweni we African Cup of Nations ngo January 13 ezweni lase Ivory Coast, uKhanyisa Mayo ngumgadli ohamba phambili eNingizimu Africa ku Dstv Premiership League kodwa usele ngaphandle kwaleliqembu, kusimangazile kakhulu ngoba ngumshayi magoli, kuncono ukuba sikhuluma ukuthi ulimele, kodwa manje akalime nhlobo, lomqeqeshi uphinde washiya abagadli abayingozi ngaphandle UFragie Lakay ongumgadli we Pyramids yase Egypt, Bongokuhle Hlongwne, Lyle Foster, Bradley Grobler.
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
