Uthole umsebenzi omusha kwi Forest Rangers

UChristopher Katongo uthole umsebenzi omusha kwi Forest Rangers, Katongo uzoba ngumqeqeshi wokucija abadlali ukubafaka fitness, Katongo wake waba ngukaputeni we Zambia eyanqoba African Cup of Nations ngo 2016, waphinda wadlala ku Jomo Cosmos, lapho aqhama khona kakhulu ebholeni, ngaphambi kokuthi adlulele ezweni lase China, nase German , Denmark, abantu abaningi kade sebemkhohliwe njengoba abuyela embuthweni wamasosha. Katongo waba ngumgadli osatshwayo kakhulu ngaphansi kwe Dstv Premiership League, ngesikhathi edlalela iJomo Cosmos, abadlali base muva babebhekana nenkinga enkulu, lomgadli uhambe ezinyathelweni zabagadli base Zambia abafana no Danis Lota, Collins Mbesuma. Chris Mwakapuki


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.