
UMnyango wezeMidlalo, ubuCiko namaSiko usukhiphe ezinye izinguquko zamagama amathathu esifundazweni sase-Eastern Cape, ohlelweni lwezinguquko zamagama ezifakwe kugazethi emadolobheni knaye nasemalokishini aseNingizimu Afrika.
Ilokishi eliseMatatiele Local selishintsha libe nguWillie Jones
Okubalulekile ukuqaphela ukuthi ukuguqulwa kwamagama kuqhutshwa imiphakathi futhi akukwazi ukuqalwa umnyango noma ohulumeni bezifundazwe ngokwabo.
UMzansi ubone izinguquko eziningi zamagama abalulekile eminyakeni embalwa edlule, ikakhulukazi e-Eastern Cape. Ngokwesizindalwazi seBusinessTech, zilinganiselwa ku-103 izinguquko zamagama ezindawo ezenzekile e-Eastern Cape kuphela kusukela ngo-2019.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
