
Abantu abangu 22 baphelele khona lapho endaweni yesigameko engozini embandakanye itekisi yaseGoli kanye neLoli yase Zimbabwe. Abagibeli abathathu ebebeselolini abasindanga
Kubikwa ukuthi Itekisi ibisendleleni ibheke lapha eNingizim Africa isuka eZimbabwe ngesikhathi ishayisana neloli ibanga elingamakhilomitha angu-27 ukusuka kwaBulawayo kuGwanda Road.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
