
Owesifazane ongumfundi enyuvesi yase TUT kuthe ngomhlaka 4 November wagwaza walimaza uMfundi wesilisa nokuphoqe ukuthi aphuthunyiswe esibhedlela esesimeni esibucayi. Kubikwa ukuthi uSobanhle ohlala eB7 201 ugwaze uThuso ohlala e b21 emgwaza ezingalweni , isesifubeni nokuphoqe ukuthi iphaphu lakhe ligwazeke kanjalo nasemhlani.
Kubikwa ukuthi omunye uRoomza wavele wathi bayekeni ekubeni omunye efa sinalo igama lakhe loyo siligodlile. Isoka lilaliswe e Kalafong kanti kusolwa Abaphathi ngokuthi bagwazelwe uyena lo wesifazane njengoba bengamxoshi njengoba ecishe wakhipha isidumbu , abe GBV nabo abatholakali bathule duu kodwa kwathi isoka ngomunye unyaka lagwaza isinqandamathe laboshwa kodwa kulokhu lowesifazane usaqhubeka nokuthi yena ngeke aboshwe futhi ngeke axoshwe enyuvesi into ezothiwani le?
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
