UMnyango wezeMpilo kuzwelonke usuthole ukugxekwa ngokuhluleka kwawo ukunikeza amathuba omsebenzi kodokotela abasanda kuqeqeshwa eNingizimu Afrika. UMnyango uthi...
Izindaba
Uphiko wamaphoyisa kamasipala waseTswane lubophe owesilisa waseZimbabwe ngecala lokwebiwa kwezintambo zikagesi osekuphazamise ingqalasizinda kanye nokutholakala nezidakamizwa. Emkhankasweni...
Ezigamekweni ezimangazayo ecaleni lokubulala uSenzo Meyiwa, ummangalelwa 1 no-2, uMuzi Sibiya noBongani Ntanzi, bakhombe owayeyintombi kalonozinti ongasekho,...
Owayeyilungu le-ANC ePhalamende nophinde abe yisitha zikaMnuz Jacob Zuma kwezombusazwe, uDkt Makhosi Khoza uthi ubengakajoyini iqembu lezepolitiki...
Inkundla ye-SA Air Force (SAAF) isikhuze umkhuba wokusebenziswa kwezindiza zikaMbuso ukuthutha izikhulu eziphezulu zikahulumeni, okubukeka ihlanganisa noMengameli...
Kusolwa ukuthi uMnyango wezokuThutha KwaZulu-Natal oholwa nguNgqongqoshe walo Mnyango, uMnuz Sipho Hlomuka, ngokunqaba ukwamukela isiphakamiso senhlangano yabalimi...
Ikhansela lenhlangano ebusayo i-ANC elokishini laseLovu eNingizimu neTheku, likhwele ladilika kuzakhamizi ezikhala ngosizi lwazo lwamanzi ukuthi akakulangazelele...
UThobani Zuma, owayeyisekela lemeya ye-ANC kumasipala wendawo uMsunduzi (Mgungundlovu) eKZN Midlands uselaxaze iqembu elibusayo wajoyina i-MK Party...
UNobhala we-ANC esifundazweni KwaZulu-Natal udalule ukuthi wenza imizamo yokunxenxa owayenguMengameli wezwe uMnuz Jacob Zuma ukuthi angashiyi ku-ANC....
Kwenye yama-video akhombisa ukuhlangana kwabalandeli be-ANC ne-MK Party maphakathi neTheku namuhla. Amaphoyisa kaMasipala weTheku kudingeke ukuthi aqinise...
