
Kulindeleke ukuba usomabhizinisi, uVusimuzi “Cat” Matlala, abuyele ngaphambi kweKhomishini yaMadlanga namuhla eyokwethula ibufakazi, izinsuku ezimbili.
Ithimba lakhe labammeli kanye nofakazi bakule khomishini bebe benqunyelwe isikhathi sika-17:00 ntambama ngeSonto sokuhambisa imibono ebhalwe phansi mayelana nokuthi yikuphi uMatlala angabuzwa ngakho nokungafanele abuzwe ngakho.
Ngesikhathi evela okokuqala, uMatlala wenqaba ukuphendula imibuzo ethile, esebenzisa ilungelo lakhe lokungazibeki icala yena uqobo.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
