
Abasolwa abahlanu baboshwe nezikhwama ezingu-23 zempuphu yegolide phakathi kweNelspruit neSabie. Uphenyo lokuqala luveza ukuthi lomkhiqizo ibithuthwa isuka eNgodwana ziyiswa eSabie, lapho Amaphoyisa asola khona ukuthi le nto bekumele icutshungulwe.
Akekho noyedwa kubasolwa owayenemvume yokuba nempahla yegolide futhi babekwe icala lokutholakala naleyo mpahla ngokungemthetho.
About The Author
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
