
UMnuz Mkhuleko Hlengwa we-IFP ePhalamende, uthe abahambisani nokhetho ngoMeyi 24, 2024 (ngoLwesihlanu) njengokuputsuza kwePhini likaMengameli uPaul Mashatile. Uthi lokhu kuhloswe ngakho ukucindezela ukungena kwabavoti njengoba lokho kuzodala impelasonto ende.UHlengwa ubekhuluma eThekwini lapho i-IFP izosebenza khona ngaphambi kokwethulwa komqulu wayo ozokuba seMoses Mabhida Stadium ngenyanga ezayo.
I-IFP ibisepaki iGugu Dlamini enkabeni yeTheku lapho ibambe umcimbi obudingidwa nguMnuz Thami Ntuli, onguSihlalo weqembu KwaZulu-Natal. Iqembu lizokwethula umqulu walo wokhetho eMoses Mabhida Stadium, eThekwini ngenyanga ezayo.
WATCH: IFP MP and national spokesperson, Mkhuleko Hlengwa, says they don't support having the elections on May 24, 2024 (a Friday) as hinted by deputy president Paul Mashatile. He says this is meant to suppress voter turnout as that will create a long weekend. Hlengwa was… pic.twitter.com/V6bYw20r0B
— Sihle Mavuso (@ZANewsFlash) February 18, 2024
Khonamanjalo, omele i-IFP KwaZulu-Natal,kwesikandunankulu, uMnuz Thami Ntuli, uthi iqembu lakhe liseyintandokazi kubavoti esifundazweni futhi lokho kubonakala uma kunokhetho lokuchibiyela. Wengeze ngokuthi abavoti bayaqhubeka nokubaseka noma sekusungulwe amaqembu amasha ezepolitiki okubalwa iqembu leMK.
WATCH: The IFP's premier candidate for KwaZulu-Natal, Thami Ntuli, says his party is still the favorite one for voters in the province and that is seen during by-elections. He added that the voters continue to back them even after new political parties have been established (read… pic.twitter.com/zGBKs6eItK
— Sihle Mavuso (@ZANewsFlash) February 18, 2024
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
