
Umqeqeshi uPitso Mosimane ugaqele iqembu elilodwa lase Africa elizodla ku African Cup of Nations ngo January ezweni lase Ivory Coast. Mosimane uveza ukuthi unalo ugqozi lokuhola izwe elizodlala emdlalweni we African Cup of Nations noma World Cup, wathi useke wakhuluma nabaqeqeshi abafana no Aliou Cisse we Senegal, Walid Regragui wase Morocco, Nigeria ngelinye lamaqembu elimfunayo lomqeqeshi owazakhela igama ku Mamelodi Sundowns FC, Ahly, ngaphambili wake wayiqeqesha iBafana Bafana, lelizwe lase Nigeria alenzi kahle emdlalweni wokuhlungela indebe yomhlaba njengoba lidlale ngokulingana ne Benin, Lesotho,lomphumela washiya abaphathi bebhola lase Nigeria bemangele ngoba banabadlali abasezingeni eliphezulu kakhulu emhlabeni njengo mgadli we Napoli yase Italy u Victor Osimhen kodwa baphinde badlala ngokulingana ne Rwanda,
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
