[BUKA] UGayton uxwayisa ngoZuma

Enkulumeni yosamabhizinisi ye-Daily Maverrick, umholi wePatriotic Alliance, uGayton McKenzie uxwayise bonke abangakhathazekile ngoZuma kulolukhetho, ukuthi bazovuka selidume ladlula.

“Noma ngubani ongakhathazekile ngoMnuz Jacob Zuma ubenganakile. UJacob Zuma ugcina abantu behlela amasu ukuthi bangamvimba kanjani lo muntu okuthiwa nguJacob Zuma”

“UJacob Zuma uyibhola elibhidlizayo kulolu khetho oluzayo ngakho-ke ngeke ngihlale lapha ngivume ukuthi uJacob Zuma akayena usongo bonke bakhathazekile ngoJacob Zuma.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.