
Ngu: Alfred Ngubane |
U-iphini likaMengameli we SAFA eMzinyathi Region uMnuz Welcome Mpanza uncome – iMark Fish Foundation ngokuletha uhlelo oluqondile lokuthuthukisa ibhola KwaZulu-Natal nase Gauteng .I-Mark Fish Foundation ngokubambisana ne Charlton Athletic yase -England .
owayidlalalela ngaphambili ngemuva kokubuya eNingizimu Africa .Mina ngibona kuyithuba elihle esilinikwa nguFish ne Charlton Athletic thina baphathi bebhola ezindaweni zasemakhaya njengoba sisukume ngezinyawo zombili safinyeza nemikhono ngokuthi sithuthukise ibhola ngaphansi kwe SAFA emakhaya lapho sisalele kakhulu emuva kusho Mpanza .
Kuzomele kuqokwe abaphathi bama LFA kuma Region wonke KwaZulu-Natal khona kuzotholakala lamakhono -esiwadingayo .Othisha kuzomele bangasali ngaphandle mangabe sekuqokwa abantu abazohlwaya amakhono kuma LFA .
Kuzokhumbuleka ukuthi uMichael Owen owayengumdlali we Liverpool FC washo wathi elakuleli linabadlali abasezingeni eliphezulu kakhulu kodwa abanakiwe ebalazweni lomhlaba .
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
