I-IFP ihlehlise izingqungquthelo zayo ukuze igcine uzinzo

I-IFP inqume ukuthi izihlehlise zonke izingqungquthela zayo zokukhetha ubuholi obekulindeleke ukuthi zibe kulo nyaka ngenhloso yokugcina uzinzo nobumbano.

Esitatimendeni esithunyelelwe abezindaba, leli qembu limemezele ukuthi zonke izingqungquthela zalo sezizobanjwa ngaphambi kukaMashi ngonyaka ozayo.

Iqembu lithe okwamanje lizogxila ekulungiseleleni ukhetho oluzayo lohulumeni basekhaya.Lithe ukhetho oluzayo lubaluleke kakhulu, lathi alifuni ukuya kulo linokwehlukana phakathi.


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.