I-Independent Police Investigative Directorate (IPID) isikuqinisekisile ukuboshwa kwamaphoyisa amane ePublic Order Policing (Pop) ngecala lokubulala isakhamuzi eCradock,...
Sidlabezi Gumede
Abesilisa ababili beZimbabwe abakade bevakashele ezweni labo emkhosini wokuvala umnyaka batholakale nesifo sohudo ngemva kokubuyela eNingizimu Afrika....
I-Diepsloot, ilokishi elisenyakatho neGoli, isiphinde yagcwala ukwesaba nentukuthelo ngemuva kokudutshulwa kwabulawa abantu abane ezigamekweni ezahlukene ngoMgqibelo. Izakhamizi...
Ubhekene nengwadla uNompilo Mwelase odlala indawo kaNokuthula kuSkeem Saam okubikwa ukuthi ulukhuni nokungabazweli abalingisi abanethemba lokufika kuma-auditions...
Amaphoyisa aseLimpopo aqhube uchungechunge lwemikhankaso yabantu abaningi, ebizwa ngokuthi “Kukula”, esifundazweni sonke saseLimpopo, okuholele ekushaqweni kwezibhamu ezingu-18...
Kusukela ngo-Okthoba 2023, bangu-11 abantu asebeboshelwe izinsolo zokudayisa izitifiketi zikamatikuletsheni zomgunyathi. Abasolwa ababili bokuqala baboshwa eBurgersfort eLimpopo...
Indodakazi kamphathi wesekethe yezemfundouDkt Mehlape eboshelwe ukubulala kwakhe. Indodakazi kaMalekutu Johannes Mehlape, 56, owayeyiMenenja Yesifunda saseLebopo, owadutshulwa...
Umphakathi waseMhlazane ngaphansi kamasipala wase eMvoti, unxusa uhulumeni ukuthi bakhelwe umtholampilo kuleyandawo. Lomphakathi ukhala ngokuthi abantu abaningi...
UPercy Tau ongusekela kaputeni weqembu lesizwe iBafana Bafana, namuhla uzothwala umthwalo wokugudluza abadlali basemuva bezwe lase IMali....
ULebogang Cheese Boy Mokoena owayengumdlali weOrlando Pirates neMamelodi Sundowns FC, uthi kusabhibha isilonda enhlizweni yakhe ngobuqili obenziwa...
