Uzulelwa ngamanqe uLieutenant General Fani

Amanqe azungeza uLieutenant General (Dr.) Molefe Fani njengoba esenikezwe isaziso senhloso yokummisa emsebenzini.

Kubikwa ukuthi uGeneral Fani, kulindeleke ukuthi anikeze izizathu zokuthi kungani kungafanele amiswe ngesikhathi esifanele.

Lokhu kuvele ophenyweni lwe-SIU olumayelana nokuba seMnyangweni wezeziMali kaZwelonke kanye nokuba yiBamba leNhloko yoPhiko lwezokuThenga ngaphambilini. Udaba lusaqhubeka…


Discover more from IBUNDA NEWS

Subscribe to get the latest posts sent to your email.