
U-Auther Jantjies umangaze abantu abaningi ngesikhathi enqoba i-Two Oceans Marathon ngemuva kokushiya kabuhlungu u-Onalenna Nkonkhobe obengumpetha walo mjaho ngo 2024.
UJantjies ubonge umqeqeshi wakhe uJohn Hamlet ngobuchule bokuhlela amaqhinga okunqoba iTwo Oceans Marathon.
Kuzokhumbuleka ukuthi uHamlet ubengaqali ukunqoba i-Two Oceans Marathon ngaphambili wayinqoba ngo 2015.
Discover more from IBUNDA NEWS
Subscribe to get the latest posts sent to your email.
