Bayobuyiswa imiphumela emihle abalandeli kweyeBafana Bafana

Siyabonga Nomvethe during the PSL Awards press conference last year. Picture: Anesh Debiky/Gallo Images

USiyabonga Bhele Nomvete ukholwa ukuthi umqeqeshi we Bafana Bafana Hugo Broos mangabe ehlulwa kulemidlalo yokuzilungiselela nalapho eyakhona ku Africa Cup of Nations ezobanjelwa Ivory Coast ngo January ngoba abadlali beqembu lesizwe badinga ukuzithemba kumanje . kungakho ubona abalandeli bebhola kuleli bengasayibuki Bafana Bafana ngoba ayidilivi nhlobo imphumela edingwa ngabalandeli, umuntu uyibuka kanye ishaywe ngamagoli amaningi kube isimxoshile, abalandeli bobuyiswa imiphumela emihle ye Bafana Bafana, uyabona bazodliwa ku African Cup of Nations bazokhala ngelanga elishisayo Ivory Coast Bhele Nomvete ubekhuluma ne Mpempe. Com ngesikhathi kuqhubeka imidlalo ye Siyabonga Bhele Nomvete Tournament Schools Cup enkundleni iPrincess Magogo Stadium lapho bekudlala umdlalo wamanqamu phakathi kwe Bhekisisa High school ehlule I kusasa lentsha High school ngamagoli amathathu kwamabili sekukhahlelwa amaphenathi. kulemidlalo bekudlalwa nemidlalo ye Netball, Bhele uphinde wakhuthaza abafundi ngokuziphatha nokugwema izidakamizwa mangabe befuna ukuba ngo Siyabonga nomvete bakusasa.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *